FANDOM

1,940,934 Pages

StarIconGreen
LangIcon
Ofana Naye (Nobody Like Him)

This song is by Ladysmith Black Mambazo and appears on the album Two Worlds One Heart (1990).

Ngizobe ngingedwa mina ngakoke
Musa ukungidukisa
Ukhona ngempela ukhona ukhona
Ukhona ngempela uNkulunkulu
Ngelinye ilanga bazombona
Nalabo abamphikayo bazambona
Nami ngangimphika madoda kodwa
Ngelinye ilanga wavela kimi
Ngelinyilanga bazombona
Angimboni ofana naye
O, mina angimboni mama
O, ngibasathe ngiyathalaza wonke umhlaba
Angimboni ofana noJesu
Ngathuka sengiyintandane
Seloku ngithalaza ngifuna ofana noJesu
Ngimbone yena
Ongithandayo
Ngihlale naye
Umfeli wami ngihube khona
Ingama elisha
Lokudumisa iNkosi yami
Longing to see him, He who loves me
Stay with him
He's my redeemer
Sing there a new song
To praise my Lord

Written by:

Joseph Shabalala

Source:

lyrics and song information scanned from booklet