FANDOM

1,927,911 Pages

StarIconGreen
LangIcon
​Hayi Ngalesiskhathi (Not Right Now)

This song is by Ladysmith Black Mambazo and appears on the album Two Worlds One Heart (1990).

Ubehamba ebusuku
Eshisa imizi yabantu
Bambambile bambambile
Bambambile usathane
Usenza umsebenzi wakhe wasesihogweni
Wona esihogweni wabanjwa
Umgqekezi omdala
Bambambile bambambile
Amahlathi asephelile
Ngixolele izono zami
Buya ungamkele
Mpilompilo impilo enhle
Mpilompilo impilo enhle
Nyakanyaka nyaka omusha
Nyakanyaka nyaka omusha
Noma ningaxabana kodwa
Hayi ngalesisikhathi
Noma ningazondana
Hayi ngalesisikhathi
Noma ningahlebana kodwa
Hayi ngalesisikhathi
Noma ningashayana kodwa
Hayi ngalesisikhathi
Noma ningagxekana
Hayi ngalesisikhathi
Noma ningibulana kodwa
Hayi ngalesisikhathi
Zinyakanyaka nje
Zinyakanyaka nje
Indaba zomona
Kuziphithiphithi nje
Kuziphithiphithi nje
Indaba zomona
Ubehamba ebusuku
Eshisa imizi yabantu
Bambambile bambambile
Bambambile usathane
Amen hallelujah amen

Written by:

Joseph Shabalala

Source:

lyrics and song information scanned from booklet