FANDOM

1,947,830 Pages

StarIconGreen
LangIcon
Bala Ubhale (Count and Write)

This song is by Ladysmith Black Mambazo and appears on the album Two Worlds One Heart (1990).

Ake ubale ubale ubhala wemabhalane
Sekukangaki nampa benqamula amazwe
Kanti obani abaqophi bomlando na?
O, nansoke inhlanhla inhlanhla lena
Ucilo uzishaya endukwini
Ziphi izimbongi zakithi madoda
Zithule nje zithini
Zingasayikhulumi lendaba
Kanti
Wobani abaqophi bomlando na?
O, nansoke inhlanhla inhlanhla lena
Ucilo uzishaya endukwini
Ubani oseke wazama
Wacela, into kuNkulunkulu
Akezayithola
Njengokusho Kwezwi lakhe
Lithi celani
Nizophiwa,
Lithi funani
Nizofumana
Lithi nqonqothani
Nizo vulelwa
Abanye bathi bangathola okuncane
Bangabe Besafunisisa
Abanye bayakhathala ukunqonqotha
Abanye bacela kabi
Urna nihlala kimi
Namazwi ami, ehlala kini
Niyocela enikuthandayo
Nginenzele konke enikuthandayo

Written by:

Joseph Shabalala

Source:

lyrics and song information scanned from booklet